musicas.mus.br
Letras de músicas - letra de música - letra da música - letras e cifras - letras traduzidas - letra traduzida - lyrics - paroles - lyric - canciones - NGIYABONGA - NALEDI APHIWE - música e letra
Utilize o abecedário abaixo para abrir as páginas de letras dos artistas
Ngiyabonga letra
Eyi-yeh, eyi-yeh
Eyi-yeh, eyi-yeh
Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm
Uma ngibuka emuva lapho eng'suka khona
Baba ngiyabonga, baba ngiyabonga
Ngokungenzele umusa ongandele bani
Wangithatha ngisem'nyango wangibeka emsamu
Okunye engikucelayo, ngicela amandla
Amandla okubhekana nezinqinamba
Ohambweni lwami olusha engilithathayo, oh, woh, woh
Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm
Ngibonga uthando nethuba
Engilithole kubantu bangeseka
Banginika amandla okuqhubeka
Eh, yeh, yeh, yeh, yeh, yeh
Ngibonga inhlonipho engiyiphiwe uMdali
Wangenza ngathoba ngabazi abanye abantu
Ngoba angiyilutho ngaphandle kwabo, oh, woh
Ngob' izandla, ngob' izandla ziyagezana
Ngob' izandla, ngob' izandla ziyagezana
Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm
Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm
Naledi Aphiwe - Letras
top 30 músicas
©2003 - 2026 - musicas.mus.br